uKhuzani unxusa bonke abathandi bomculo wakhe ukuba baphelele eMakhasaneni endaweni engaphansi kwe Melmoth ukuba baphume ngezinkani bezothamela umcimbi ozobe uhanjelwe izikhulu bephelinde bethokozele nengoma azobe ebaphathele yona.
umcimbi uzoqala ngehora leshumi ekuseni.
Sisonke khuba
Kusasa qhawe lethu esilithandayo siyeza 😍
Eyi uyasibusisa kodwa ngomculo wakho nezwi elimtoti ulilalele qede kuphele izinkinga nosizi
Keep up the good work we love u as iDumbe
1.SYABONGA KHUBA.
2.SIBONGA UKUQWASHISWA MAYELANA NOBUGEBENGU OBUSIZELA NGAMAFONI KWESINYE ISIKHATHI SICELWA IMINININGWANE NGOKUNGAZI KWETHU KANYE NOKUNGANAKI SIYIDEDELE EMVAKWALAPHO KULAHLEKE IZIMALI ZETHU EBHANGE NOMA SIJOYINISWE IZINTO ESINGAZAZI ZIDLE IMALI EMA BANK ETHU.SYABONGA KUWE KHUMA AND STANDARD BANK NGOKUSIQWASHISA.
Gijima weKhuba lesi isikhathi sakho Gawozi
hydroxycloquin ama hydroxychloroquine